UZuma kumele 'afake isicelo' sokujoyina i-ANC Veterans League

2017-12-17 22:10

Johannesburg – Yize ezwakalise ukugxeka omakadebona be-ANC, avulekile amasango okuthi uMengameli Jacob Zuma abajoyine, kusho uMengameli we-ANC Veterans League uSnuki Zikalala.

UZuma utshele izithunywa ngesikhathi ekhuluma kuvulwa ingqungquthela yokukhethwa kobuholi be-ANC eNasrec ngoMgqibelo, uthe iVeterans League akumele “ibe yingxenye yezinkinga ze-ANC”.

"Akukaze nakanye kufike emqondweni wenhlangano ukuthi lolu phiko lungasetshenziswa njengenye yezindlela zokudala izinkinga kwi-ANC,” kusho uZuma.

"Ngiyaphuma esikhundleni, kanti umsebenzi omningi manje sengizowenza nomakadebona. Ngizokhumbuza amaqabane ami ukuthi umsebenzi wawo ukuthi asize inhlangano.”

OLUNYE UDABA: ‘Ngikulungele ukuthunywa ngapha nangapha, ngiyisosha mina’, kusho uMengameli Zuma

UZikalala ngeSonto uthe ubudlelwano phakathi kukaZuma nelolu phiko buhle kakhulu. Uphikile ukuthi kunomakadebona abayingxenye yokuqembuka okukhona kuKhongolose.

"UMengameli lokhu abekusho izolo bekuyindlela naye abona ngayo izinto.”

Uthe uZuma wamukelekile kulolu phiko uma esehla esikhundleni njengomengameli.

"Uma eseyilungu lethu, siyohlala phansi sibonisane, ngoba kumele aqale afake isicelo sokujoyina uphiko. Kuzothi ngemuva kwalokho sihlangane sidingide izinto ezingasiza ekwakheni i-ANC enesigqi.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.