UZuma ufake isaziso sokuphikisa isinqumo senkantolo

2017-12-14 16:01

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma ufake isaziso sokufaka isicelo sokudlulisa isinqumo seNkantolo eNkulu yaseNorth Gauteng sokuba iPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa liqoke uMqondisi wezokuShushiswa koMphakathi (NDPP).

Esazisweni sakhe, esifakwe eNkantolo eNkulu ePitoli ngoLwesithathu, uZuma uthe inkantolo iphambukile ngoba akukwazi ukuba izwe lingabuswa omengameli ababili ngesikhathi esisodwa futhi bobabili benze umsebenzi owodwa.

OLUNYE UDABA: Konke sekusezandleni zezithunywa ze-ANC - Dlamini-Zuma

NgoLwesihlanu olwedlule, iNkantolo eNkulu yanikeza uRamaphosa izinyanga ezimbili ukuba aqoke inhloko yezokuShushiswa koMphakathi (NPA) ngemuva kokuba ithe akaphume esikhundleni uShaun Abrahams.

Inkantolo yathi uMengameli Zuma ngeke akwazi ukuqoka inhloko entsha ye-NPA ngenxa yokuthi uyathinteka ezigigabeni ezenzeke ngaphambilini kwi-NPA, zokuqashwa kuka-Abrahams nasekuxoshweni kukaMxolisi Nxasana kungafanele.

UNxasana wafumbathiswa wuZuma imali engu-R17.3m, wase eshiya kwi-NPA ngo-2015.

Ngaphambi kwalokho, uphenyo mayelana nokuthi ukufanele yini ukwenza lo msebenzi lwamiswa ngaphandle kwencazelo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.