UZuma ufake isaziso sokuphikisa isinqumo senkantolo eyamnqunda amandla

2018-01-19 11:01

Pretoria – Ithimba labameli baMengameli Jacob Zuma lithi iNkantolo eNkulu yavumela okuphambene noMthethosisekelo ukuba kube noMengameli ababili ezweni, abenza umsebenzi ofanayo ngokwamandla abanawo.

Lokhu kufakwe kwisaziso sikaZuma sokudlulisa noma ukuphikisa isinqumo senkantolo eyamvimbela uZuma ukuba aqoke inhloko yeNational Prosecuting Authority (NPA).

Inkantolo ngenyanga edlule yahoxisa isinqumo sikaZuma sokuqoka uShaun Abrahams njengenhloko ye-NPA, nesokukhokhelwa kwalowo owayeyinhloko ye-NPA uMxolisi Nxasana imali ukuze ezophuma esikhundleni.

OLUNYE UDABA: I-Afriforum ithi izothatha izinyathelo uma ingaxolisi i-EFF

Inkantolo yathi uZuma ngeke akwazi ukuqoka isikhulu esisha ngoba uyathinteka ezixakaxakeni ze-NPA, usazobhekana namacala enkahlakalo nawokukhwabanisa.

Inkantolo yathi uma uZuma esangumengameli wezwe, iphini lakhe kumele kube yilona eliqoka inhloko entsha ye-NPA.

Abameli baZuma bathi inkantolo yaphazama ngesinqumo sayo esithi uZuma ngeke akwazi ukwenza umsebenzi wakhe wokuqoka isikhulu sakwa-NPA, kodwa angayenza eminye imisebenzi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
 

5 scientific benefits of owning a cat

According to science, just the act of watching cats itself can bring about positive emotions – so it comes as no surprise then, that owning a cat has a number of benefits.

 

Paws

Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
How to clean your dog’s eyes
This special pooch inspired his brother to learn to stand again
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.