UZuma uhalalisele ithimba labasubathi bakuleli ngokwenza kahle

2017-08-15 12:34

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma uhalalisele ithimba labasubathi baseNingizimu Afrika ngokunqoba izindodo ezintathu zegolide kwi-IAAF World Championships ebibanjelwe eLondon.

UZuma uhalalisele uWayde van Niekerk, Luvo Manyonga noCaster Semenya ngokwneza kwabo kahle okuholele ekutheni lo mqhudelwano uphele iNingizimu Afrika ilele endaweni yesithathu ngezindodo.

“Sithanda ukuhalalisela ithimba labasubathi baseNingizimu Afrika ngokwenza kahle  kwi-IAAF World Championships 2017 eLondon.

OLUNYE UDABA: I-PSL ivuselele isivumelwano no-Absa

“Izwe liyajabula kakhulu futhi sigcwele ukuziqhenya ngabasubathi bethu, ikakhulukazi labo abanqobe izindodo eziyisithupha… okuholele ekutheni izwe libesendaweni yesithathu.”

UMengameli uphinde wabonga bonke abantu baseNingizimu Afrika, ngokuqhubeka nokweseka abasubathi bakuleli.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.