UZuma uhalalisele onqobe ukhetho ngamalengiso

2017-08-07 16:00

Cape Town – UMengameli Jacob Zuma usehalalisele umengameli omusha waseRwanda uPaul Kagame ngokunqoba kwakhe ukhetho ngamalengiso ngesonto eledlule.

Esitatimendeni esikhishwe uMnyango wezobudlelwane namazwe omhlaba, uZuma ugcizelele ukuthi iNingizimu Afrika izoqhubeka nokusebenzisana nohulumeni waseRwanda ngaphansi kobuholi buka Mengameli Kagame.

UKagame unqobe ukhetho lwakamuva ngokuthola u-98.63% wamavoti.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe omunye umuntu ehostela eMlazi

Ngokwemibiko bekungekho ukungabaza ukuthi lo mholi uzobuyela kulesi sikhundla asehlale kusona kusukela ngo-1994.

Abaholi bamaqembu aphikisayo ayamukele imiphumela yokhetho, athembisa ngokuqhubeka nezombusazwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.