'UZuma umsulwa kuze kube inkantolo imlahla ngecala'

2016-05-04 18:30

Durban – UMengameli Jacob Zuma umsulwa kuze kube ulahlwa yicala enkantolo odabeni lwamakhasethi ezinkulumo eziqoshiwe, kanti futhi usengumholi we-ANC, kusho uKhongolose KwaZulu-Natal.

I-ANC ithe iyayihlonipha ingalo yomthetho, kepha umengameli ubengakabekwa cala okwamanje, kusho owe-ANC uSuper Zuma etshela izintatheli kulandela umhlangano wesigungu esiphezulu ngempelasonto.

"Lolu wudaba lukazwelonke, kepha sisamile kwelokuthi umengameli usengumholi wethu futhi siyameseka. Uyinhloko yenhlangano yethu.”

OLUNYE UDABA: Abanye abalali bengikhafula ubusuku nemini – Zuma

INkantolo eNkulu yasePitoli yakhipha isinqumo ngoLwesihlanu yathi isinqumo sikalowo owayeyinhloko yeNational Prosecuting Authority (NPA) uMokotedi Mpshe sokuhoxisa amacala okukhwabanisa ayebekwe uZuma, kumele kubekwe eceleni.

Inkantolo ikhiphe umyalelo othi uZuma kumele abhekane namacala angu-783 enkohlakalo.

La macala amayelana nokubandakanyeka kukaZuma odabeni lokuthengwa kwezikhali zezigidi zamarandi.

Lowo owayengumeluleki wezezimali kaZuma, uSchabir Schaik, watholwa enecala lenkohlakalo nokukhwabanisa mayelana nodaba lwezikhali.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.