UZuma unxuse amalungu e-ANC ayeke ukubulalana

2016-07-21 14:32

Johannebsurg – UMengameli Jacob Zuma usenxuse amalungu e-African National Congress (ANC) ukuba ayeke ukubulalana wodwa.

UMengameli ukhulume kanje ngesikhathi kunerali eThembisa ngoLwesithathu.

Isifundazwe saKwaZulu-Natal sinesibalo esiphezulu sabantu asebebulewe 9 ngokuhlobene nezepolitiki) ngaphambi kokhetho oluzoba ngenyanga ezayo, njengoba sekubulawe abantu abalinganiselwa kwabangu-12 abangamalungu e-ANC ezinyangeni ezimbili ezedlule.

Funda nalolu dabaAbanye abalali bengikhafula ubusuku nemini – Zuma

I-ANC esifundazweni iyaphenya mayelana nokuthi ngabe lokhu kubulala kuhlobene yini nezinkinga eziseqenjini.

Ekhuluma nabalandeli beqembu, uMengameli Jacob Zuma uthe abalandeli be-ANC kumele bayeke ukuklwebhana bodwa.

Uxwayise ngokuthi ukuklwebhana kunikeza amaqembu aphikisayo into azoyisebenzisa ukulwisana ne-ANC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.