UZuma uthela izwe noKhongolose ngehlazo, kusho abe-ANC

2016-11-03 16:02

Pretoria – UMengameli Jacob Zuma uphakathi ezenzweni ezisolisayo nezingcolisa igama leNingizimu Afrika kanye ne-ANC, kusho omunye womakadebona be-ANC, uCheryl Carolus.

“Umengameli wethu uselethe ihlazo enhlanganweni yethu kanye nasezweni lethu ngezinto zakhe ezihlambalazayo nezisobala zenkohlakalo kanye nokuhlanganyela nezinhlaka ezingabakhathalele abantu bethu kanye nezwe lethu,” kusho uCarolus.

U-Carolus ubekhuluma egameni labanye omakadebona be-ANC kanye nezikhulu eziphezulu zikahulumeni, okubalwa kubo noFrank Chikane.

OLUNYE UDABA: UMengameli Zuma usefikile eZimbabwe

“Ngizwa ubuhlungu ngezigameko zakamumva; ngizwa ubuhlungu ngesimo sombutho. Kubuhlungu,” kusho uChikane.

Ukuphawula kwalaba kulandela ukuphuma kombiko obubhekwe ngabomvu walowo owayenguMvikeli woMphakathi ngaphambilini, uThuli Madonsela, ngoLwesithathu, mayelana nezinsolo zokulawulwa koMbuso wumndeni wakwaGupta, ongabangani noMengameli Zuma.

Ngaphambilini kuye kwaba nomdonsiswano wasenkantolo njengoba uZuma eye wazama ukuvimbela ukukhishwa kwalo mbiko, ekhala ngokuthi akalitholanga ithuba lokuphendula imibuzo uMadonsela abengaba nayo. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.