UZuma uthi amaqembu aphikisayo awanazihlelo ngezwe lethu

2016-07-14 08:14

Johannesburg -  UMengameli we-ANC uJacob Zuma uthi akukho zinhlelo amaqembu aphikisayo anazo ngezwe lethu.

Uthi amaqembu aphikisayo awanawo amava nomlando, awanalo ngisho uhlelo lokuphatha iNingizimu Afrika.

Ngesikhathi bethula ‘mkhankaso wabo wokunqoba’ ngoLwesithathu, uZuma uhlekise ngamaqembu afana neCOPE, UDM ne-IFP wathi ayashabalala.

Funda nalolu daba: Kuphenywa iphoyisa ngezinsolo zokudlwengula

Uchaze i-EFF njengeqembu labantu abanamagqubu, i-DA wathi yilona kuphela iqembu elihleli ePhalamende elinabantu ababacindezela.

Uphinde wakhuluma nangombango walabo abaphakanyiselwe kwezokuba amakhansela, wathi lokhu kukhombisa ukuvuthwa kwentando yabantu ngaphakathi eqenjini.

Kulo mcimbi bekukhona abaholi bezenkolo abahlukene kanye nabaculi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.