UZuma uthi uzoyisungula ngokushesha ikhomishini uma eyalelwa yinkantolo

2017-11-01 09:30

Johannesburg – Umengameli Jacob Zuma usedalule ukuthi uzosungula ikhomishini ezokwenza uphenyo nge-state capture ingakapheli nenyanga uma eyalelwa yinkantolo.

Lokhu ukusho njengoba esafuna inkantolo ikhiphe umyalelo othi izincomo zikaThuli Madonsela – owayenguMvikeli woMphakathi – ezimayelana nombiko wakhe nge-state capture zibuyekezwe, bese ziyahoxiswa.

Lolu daba lwalalelwa ngeledlule enkantolo, ngemizuzu yokugcina, uZuma wasihoxisa isicelo esibalulekile sokuba umbiko ubuyiselwe kuMvikeli woMphathi uma usuhoxisiwe ukuze kuzokwenziwa olunye uphenyo.

Lokhu kwaholelaa ekutheni uMengameli wamaJaji uDunstan Mlambo ayalele zonke izinhlaka ukuba zifake amaphepha achazayo ukuthi ukuhoxiswa kwalesi sicelo kuzobanamuphi umthelela ekubuyekezweni kwesicelo.

OLUNYE UDABA: Angimbambele gqubu owayengakhela uzungu lokubulala - Ndunankulu

NgoLwesibili, bephendula ngesinqumo sikaMlambo, abameli baZuma bathe isinqumo esifanele kuzomele sikhishwe yinkantolo.

Emaphepheni bathi njengokuba umengameli wayeshilo ukuthi uzosungula ikhomishini ezokwenza uphenyo, lokho uzokwenza zingakapheli izinsuku ezingu-30 kukhishwe umyalelo wenkantolo.

UZuma ufuna kodwa nokuba inhloko yamajaji kungabi iyona eqoka ijaji elizokwengamela ikhomishini njengokwezincomo zikaMvikeli woMphakathi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.