UZuma uzobhekana nokusula, nokulawulwa kombuso ePhalamende

2017-06-22 09:30

Cape Town – UMengameli Jacob Zuma kulindeleke ukuthi abhekane nemibuzo enzima uma esevela ePhalamende,  nokuyinto ayenza njalo ngamakota ukuzophendula imibuzo yamaLungu ePhalamende.

AmaLungu ePhalamende kulindeleke ukuthi agxile kwezinye zezihloko ezishisa ibunzi kuleli kusukela agcina ukuvela ePhalamende ukuzophendula imibuzo ngoMashi.

OLUNYE UDABA: Omasipala abangu-9 kuphela kwabangu-263 abathole umbiko ohlanzekile

Kusukela lapho sekube nokuhlelwa kabashu kwePhalamende okukhulu, ukwehliselwa esigabeni esiphansi  kweNingizimu Afrika izikhawu ezintathu kanye nokuputshuka kwama-emails aziwa ngama-#GuptaEmails naveza ubukhulu bomthelela umndeni wakwaGupta onawo kuMengameli Zuma, umndeni wakhe, iKhabhinethi kanye nezinkampani zikahulumeni. Ngaphambilini uZuma wabuvikela ubudlelwano bakhe nabakwaGupta, wabachaza njengabangani.

Esikhathini esingaphambilini uZuma ubelokhu ekhombisa ukuqina uma ngabe ebhekene nemibuzo ezinyangeni ezingu-12 ezedlule, ngisho noma ebuzwa imibuzo abengayilindele.

UMengameli uphoqelekile ngokoMthethosisekelo ukuthi azophendula imibuzo ePhalamende, ngokujwayelekile kanye ngekota. Ukuvela kwakhe ezikhathini ezedlule akuzange kube nokuphazamiseka ngemuva kokuthi i-Economic Freedom Fighters (EFF) yanquma ukuduba ukuvela kwakhe ngenxa yokuthi ayisamthathi njengoMengameli.

Ukuhlala kwePhalamende lapho okuzovela khona uMengameli Zuma kuzoqala ngo-14:00 ntambama. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.