UZuma wamukela intshontsho lika-R1 million kusomabhizinisi - Umbiko

2018-03-26 16:00

Cape Town – Lowo owayengumengameli wezwe uJacob Zuma kuthiwa uyaphenywa oKlebe ngemuva kokuqubuka kwezinsolo ezithi wamukela intshontsho lika-R1 million ukuze ezogcina omunye woNgqongqoshe kwiKhabhinethi lakhe.

Lokhu kulandela imibiko yephephandaba iCity Press ethi uZuma wagwazelwa ngemali engu-R1 million ngusomabhizinisi waseWestern Cape odayisa izimbaza. 

Intshontsho kubikwa ukuthi kwakungelokuthi agcine uNgqongqoshe wezoLimo, amaHlathi kanye nokuDoba uSenzeni Zokwana kwiKhabhinethi.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa ubaba nendodana eGoli

Okhulumela oKlebe uHangwani Mulaudzi kubikwa ukuthi ukuqinisekisile ukuthi kuyaphenywa. 

Khonamanjalo, abalandeli baZuma esifundazweni iKwa-Zulu-Natal sebeqalise umkhankaso wokumeseka ngaphambi kokuba avele enkantolo ngamacala enkohlakalo.

Ngakolunye unhlangothi, i-ANC ithi inhlangano kayihambisani nokwesekwa kwabasolwa, ngakho abakwenzayo kumele bangakwenzi egameni layo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.