UZweli Mkhize uthi abekho enze nabo isivumelwano ehoxa

2017-12-18 21:10

Johannesburg – Umgcinimafa ophumayo we-ANC uZweli Mkhize uyaphika ukuthi kukhona enze nabo isivumelwano phakathi kwePhini likaMengameli uCyril Ramaphosa noNkosazana Dlamini-Zuma.

Ukusho lokhu ngemuva kokuba emangaze abaningi ngokwenqaba ukwamukela ukuphakanyiswa kwegama lakhe ngesikhathi kuphakanyiswa igama lakhe esikhundleni sephini likamengameli.

Ekhuluma neNews24, uMkhize akafunanga ukusho ukuthi yena uhamba nobani, kodwa udlulise umyalezo wobumbano kwi-ANC.

OLUNYE UDABA: Kugxekwe uDlamini ngokucela ukuba kuxolelwe abathintekayo kolwe-State Capture

"Asikho sivumelwano engisenzile, asikho isivumelwano engizosenza, ngeke ngihambisane nobuqembuqembu,” usho kanje ekhuluma neNews24.

Uphinde washo ukuthi akakwazanga yena ukuvota ngenxa yokuthi ubesalungisa umbiko wakhe azowethula kule ngqungquthela.

UMkhize wayephakanyiswe yi-Eastern Cape kwesokuba yiphini likamengameli.

UMkhize uthe isizathu sokuba ahoxe ngomzuzu wokugcina ngeSonto usithathe ngemuva kokuxoxisana nabaholi bezifundazwe ezimphakamisile.

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.