VIDEO: I-DA ivulele uMengameli nabanye abangu-11 icala

2017-05-30 14:00

Cape Town - IDemocratic Alliance isivulele icala uMengameli Jacob Zuma nabanye abangu-11 esiteshini samaphoyisa eKapa ngoLwesibili.

Ephelezelwa yilowo owayekwezokushushiswa komphakathi noseyilungu le-DA ePhalamende, uGlynnis Breytenbach, kanye nelungu lePhalamende uKevin Mileham, umholi weDA uMmusi Maimane uthe amacala bawavula kulandela imibiko yangempelasonto ngama-email aputshukile, nokuthiwa aqukethe izinto eziveza ubudlelwane obusolisayo phakathi komndeni wakwaGupta noNgqongqoshe bahulumeni.

OLUNYE UDABA: Zizonqanyulwa izinhlelo 'zamaGupta' kwaSABC

UMaimane uthe ama-email bawabalile bevula icala kanti futhi ayosetshenziswa uma kukhona okunye okuvelayo.

Phakathi kwabanye abasolwayo kubalwa noNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana uDes Van Rooyen noNgqongqoshe weziMali uMalusi Gigaba.

UMaimane uthe kumele bathweswe icala ngaphansi kwe-Prevention of Criminal Activities Act, ngezinsolo zokuhlomula ngandlela thize nangokukhwabanisa.

Buka i-video ngezansi:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.