VIDEO: Ikhale ngokuthi iyalingwa ingane ingafuni ukusala esikoleni

2017-01-18 14:30

Durban - Akusibona bonke odado abakujabulelayo ukushiya iphalishi ekhaya bagqoke umfaniswano bese belibangisa esikoleni.

Lokhu kubonakale ngentombazanyana ebikhala ihayiza ingafuni nokuyizwa eyokusala ekilasini nezinye izingane.

Le ngane ibikhala ngokuthi isiyalingwa-ke manje futhi isiyahlukunyezwa uma izoshiywa esikoleni ingathandi.

OLUNYE UDABA:USUKU LOKUQALA ESIKOLENI: Izinyembezi, injabulo nokwesaba

Othisha bebedidekile bengazi nokuthi bazokwenzenjani ngoba ingane ibingafune kuzwa lutho.

Ngokubonakala komfaniswano ogqokwe yizingane kule video kukholakala ukuthi lesi yisikole esiseNanda, enyakatho neTheku.

Wena lwalunjani usuku lwakho lokuqala?

Buka nansi i-video ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.