VIDEO: Injabulo ku-DJ Bongz ngabaculi abasha ibonakale nge-Gwaragwara

2016-07-22 19:01

Johannesburg - UBongz ogama lakhe langempela uBongani Dlamini-Ngcobo ukhulume nabeDaily Sun ethi ulibangise phezulu kuphela.

UDJ Bongz useneminyaka engu-15 ekulemboni  kanti waduma kakhulu ngengoma ethi Thina sobabili ngo-2005.

“Ngisakhula, ekhaya wawuthandwa umculo nokuyinto eyangenza ngafuna ukudansisa abantu ngoba babehlala bedansela uJabu Khantile noHugh Masikela,” kusho yena.

Lo mculi nenkampani yakhe iMabala Noise basanda kusayina osaziwayo abaningi abafana noKhanyi Mbau, Kay Sibiya kanti futhi kukhona noLvovo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.