Video: Intombi iqophe imizuzu yokugcina yobulawe amaphoyisa

2016-07-07 13:30

Washington – Owesifazane uthwebule ikizuzu yokugcuna yesoka lakhe elidusthulwe amaphoyisa ngemuva kokuba ebamise behamba ngemoto eMinnesota, eMelika, ngoLwesine.

Amaphoyisa athi umufi, uPhilando Castile, 32, ushone ngokuhamba kwesikhathi ngoLwesithathu eFalcon Heights.

Isehlakalo siqoshwe ngekhamera yeselula yowesifazane obehamba nomufi emotweni.

Funda nalolu daba: Ziboshiwe izithandani ebezijikijelana nge-Pizza zixabana

Kwi-video uyabonakala owesilisa ehleli emotweni kungathi usezinhlungwini egcwele igazi esiswini.

Le-video ivele ngemuva kosuku amaphoyisa edubule abulala omunye umuntu wesilisa omnyama ngokwebala eLouisiana.

Buka i-video ngezansu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.