VIDEO: Isesimeni esibucayi indoda eshayiswe yitekisi

2017-08-02 18:00

Johannesburg - Kube nesiminyaminya emgwaqeni ngoLwesibili ngezithuba zabo-17:00 ezimpambanweni zomgwaqo uHedrik Potgieter noJim Fouché ngemuva kokuba itekisi lishayise indoda eWest Rand, kubika iRoodepoot Northsider.

Le ndoda, kukholakala ukuthi ineminyaka ebalelwa ko-40 ubudala, isesimeni esibucayi. Itholwe ilele eceleni komgwaqo, kanti ixilongelwe endaweni yeisgameko ngabosizo lokuqala.

OLUNYE UDABA: Usesimeni esibucayi oshaywe yisibuko seloli ewela

Abosizo lokuqala bakwa-ER24, bakhiphe isitatimende bethi le ndoda ithole amanxeba amabi ekhanda nasesifubeni, yaphuka nezingalo zombili.

Le ndoda iphuthunyiswe esibhedlela esizimele iLenmed Randfontein, ngendiza enophephela emhlane iyoqubeka nokwelashwa.

Izimoto bezingavunyelwe ukudlula kulo mgwaqo kwenzelwa ukuthi imdiza ihlale kahle.


 - IVIDEO:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.