VIDEO: Izinkulungwane zezingane zibhikisha KwaMashu

2017-05-30 12:30

Durban – Izinkulungwane zezingane zesikole ziphume ezikoleni zangena emigwaqeni yaKwaMashu ngoLwesibili kulandela imibiko yokwebiwa kwezingane nokuhlukunyezwa kwabesifazane.

Amaphoyisa asendaweni njengamanje ahilizisana nabafundi eBridge City Mall, abavimbela ukuba bangene ngaphakathi.

Abafundi basezikoleni ezahlukene baqale imashi ekuseni ngezithuba zabo-08:30.

Omunye wabafundi wase-JG Zuma School utshele iNews24 ukuthi usekhathele indaba yokuhlukunyezwa kwabesifazane.

OLUNYE UDABA: Amaohoyisa ayaphenya ngelengane 'ebulawe' yi-teargas

"Sifuna omama kanye nodadewethu bazizwe bephephile. Ngeke sikuvumele lokhu ukuba kuqhubeke.”

Le mashi ilandela udlame oluqubuke ngoMsombuluko ebusuku KwaMashu, ngasehostela, nalapho abantu behlasele khona izitolo zabokufika, batapa impahla.

Amaphoyisa ayichithile imibiko yokuthunjwa kwezingane, athi le mibiko ayilona iqiniso.

Amaphoyisa asiqaphile isimo endaweni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.