Video: Kukhunjulwa uGugu Zulu ngamagalelo akhe kwezomjaho

2016-07-19 20:32

Cape Town – UMatthew Bow uhlanganise ividiyo yesikhumbuzo sikaGugu Zulu osanda kushona ngezinkinga zokuphefumula ngesikhathi eqwala intaba iMount Kilimanjaro.

UMatthew uthi uneminyaka eyisishiyagalombili esebenza njengothwebuli wemijaho yezimoto ngaphansi kwenkampani iPlan C Production.

OLUNYE UDABA:Izinhlelo zokubuyisela umzimba kaGugu Zulu kuleli

Uthi kuyo yonke le minyaka esebenza lapha, uyedwa kuphela umshayeli owafika kuya wazazisa futhi wakha ubuhlobo naye.

Lowo mshayeli kwakunguGugu Zulu uthi wayemhlonipha kakhulu ngokuba nobuntu.

Lo mthwebuli uthi uthuke kabi ezwa ngokudlula kukaZulu emhlabeni, kodwa ubonga ithuba lokwazana naye kanye nokusebenzisana naye. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.