VIDEO: Ungawukhokha u-R150 000 ngobusuku ukuqasha le ndlu?

2017-01-19 10:02

Cape Town – Uke uzibuze nje ukuthi ungazithokozisa kanjani uma uzimisele – futhi ungakwazi – ukukhokha u-R150 000 ngobusuku obubodwa eKapa?

IFin24 phambilini ibike ukuthi ezinye zezindlu kuleli zithole izivakashi – zakuleli nezangaphandle – ebezizimisele ngokukhokha imali ephakathi kuka-R100 000 no-R150 000 ngobusuku obubodwa zihleli ezindaweni zikanokusho ngesikhathi samaholidi eKapa.

OLUNYE UDABA: Sekuzovba mahhala ukungena kuFacebook ngoVodacom

Buka i-video ngezansi ubone enye yezindlu kanokusho eseClifton, eKapa ebibiza phakathi kuka-R120 000 kuya ku-R150 000 ukuhlala kuyona ngobusuku obubodwa ngesikhathi samaholidi, ngokusho kukaKeegan Lewis, oyisikhulu esiphezulu se-LVCT Group, okuyinkampani yezindlu zikanokusho eziqashisayo.

Ziningi-ke izinto ezitholakala kule ndlu, okubalwa kuzona i-cinema ne-spa kanye nokunye.

Buka nansi i-video ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.