Video: Uqhuliswe 'yinduku' owesilisa kuma-Olympic

2016-08-16 19:06

Johannesburg - Ayiphumelelanga imizamo yomsubathi wesilisa waseJapan yokudlulela emzuliswaneni olandelayo wePole Vault kuma-Olympic ngenxa ‘yenduku’ yakhe.

UHiroki Ogita ubezama ukweqa induku ebiphakeme ngamamitha angu-5.3 ngoMgqibelo ukuze ezodlulela emzuliswaneni olandelayo ngesikhathi ‘induku’ ithinta le obekumele ayeqe yabe isiwela phansi.

Funda nalolu daba: Umemezele ukuthi usethatha umhlala phansi uMokoena

U-Ogita uphumelele ukweqa amamitha angu-5.45 emzuliswaneni wokugcina, wagcina elele kunombolo 21 kwaphela ngaye kulo mqhudelwano oseRio.

Kowamanqamu umsubathi waseBrazil, uThiago da Silva, weqe ngamamitha angu-6.03 waphula irekhodi lama-Olympic, kubika iReuters.

Buka i-video ngezansi:


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.