Video: Ushayise imoto ka-R4.3m ngemuva kwemizwana eyithengile

2016-05-10 11:56

Hutton – Umshayeli wemoto ushayise imoto yakhe kanokusho engabiza u-£200 000 (R4.3m) - ngemuva kwemizuzu eyishumi iphuma esitolo.

Omakhelwane bathi ubejabula ephethe i-champagne ngesikhathi kulethwa imoto yohlobo lwe-McLaren 650S Spider emzini wakhe.

Ngemuva kwemizuzu eyishumi le moto kanokusho, enamandla, engasuka ku-0 ifinyelele ku-100km/h ngemizuzwana emithathu, ishayise isihlahla kanye nesigxobo eceleni komgwaqo.

Funda nalolu daba: Kuthungathwa amasela ebe amabhayibheli esitolo

Izakhamuzi zaseHutton, e-Essex, eNgilandi, zithi zizwe ngokuhayiza nangomsindo ngesikhathi imoto iphaphalaza, iphuma emgwaqeni.

UDiane Evans, 39, uthe umshayeli wemoto, okubukeka sengathi uneminyaka engu-20 ubudala kanye nomunye obehleli eceleni, baphume emotweni kwangathi akwenzakalanga lutho, bazihambela, bayishiya khona lapho imoto.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.