Votelani i-ANC, nenzele uMandela - Zuma

2016-07-06 19:00

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma usenxuse abantu ukuba bavotele i-African National Congress, benzele umengameli ongasekho emhlabeni uNelson Mandela.

Ephephabhukwini leqembu, i-ANC Today, uZuma ukhumbuze abantu ukuthi i-ANC isazibophezele ekuhambeni emibonweni yomzabalazo kaMandela.

Uthe i-ANC izongenela ukhetho lwamhlaka-3 Agasti ngenhloso yokudla umhlanganiso kubona bonke omasipala ukuze bathuthukise impilo yabantu kuleli njengokombono kaTata.

OLUNYE UDABA: I-ANC ithi iyazwelana ne-NFP, kodwa...

Lokhu kuza ngemuva kokuqubuka komsindo njengoba i-DA isebenzise izwi likaMandela esikhangisini sayo sokhetho.

Umzukulu kaMandela, uMandla Mandela, usecele i-Electoral Commission of SA (IEC) ukuba isisukumele isenzo se-DA.

"Ngamafuphi nje, ukunqoba kwe-ANC okhethweni lwezindawo kuyosho ukunqoba kwemibono kaNelson Mandela,” kuloba uZuma.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.