Wabanomthelela uBaxter ekuhambeni kukaYeye kwiChiefs

2016-07-12 07:40

Pretoria – Umdlali omusha weSuperSport United uReneilwe 'Yeye' Letsholonyane uvumile ukuthi uStuart Baxter wabanomthelela esinqumeni asithatha sokujoyina leli qembu, njengoba laba bake basebenza ndawonye phambilini kwiKaizer Chiefs.

ULetsholonyane usayine inkontileka yeminyaka emibili naleli qembu lasePitoli ngemuva kweminyaka engu-8 ekuKaizer Chiefs.

Uthi uBaxter akazange akhulume naye ngaphambi kokuba athathe isinqumo.

Funda nalolu daba: Kuthiwa maningi agaqele oweDowns

Nakubakunjalo kodwa ucabanga ukuthi ukubakhona kukaBaxter kwiSuperSport United kubenomthelela ekutheni naye ejoyine leli qembu.

“Ukubakhona kwakhe kuleli qembu kwabanomthelela esinqumeni engasithatha sokujoyina iSuperSport United, akazange angibize futhi asizange sikhulume ngaphambi kwalokho.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.