Wadlala iLotto ngo-R15 wawina u-R4.5m ongasebenzi

2018-05-03 13:59

eThekwini - Owesilisa uthi akawakholwanga amehlo akhe ngesikhathi ebona ukuthi uwine iPowerball Plus.

Lo mlisa oneminyaka engu-36 ubudala uthi akasebenzi futhi wayethi uzama inhlanhla ngesikhathi ethenga ithikithi eMhlanga, kubika iKZN Eyethu.

“Ngathi uma ngibona ukuthi ngiwinile, ngabhala igama kulo ithikithi masishane. Ngalifaka esikhwameni sami semali.

"Konke engangikucabanga wukuthi yini ebalulekile engingayenza ngale mali. Singizokwazi ukunakekela umndeni wami,” kusho yena. 

OLUNYE UDABA:Libulewe ibhubesi elihlasele umnikazi walo

Uthi akazothenga ngayo izinto eziwubukhazikhazi.  “Bengihlezi ngikwazi ukusebenzisa imali ngendlela.

"Ngithenga okufanele kuphela. Angifuni ukutshela abantu abaningi ngale mali. Ngatshela umngani wami omkhulu kuphela ngoba ngiyamethemba. Ngiyazi ngeke ezame lutho.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.