Wamukelwe ngelikhulu isasasa umfundisi obhekene namacala okunyukubeza

2016-07-20 19:01

Israel – Umfundisi obhekene namacala okunyukubeza ngokocansi wamukelwe amakhulu abalandeli bakhe esikhumulweni sezindiza kwelase-Israel.

U-Eliezer Berland owabaleka ezweni lakubo e-Israel wamukelwe ngelikhulu isasasa eofika esikhumulweni sezindiza.

OLUNYE UDABA:Umfundisi udaxabule indodana ngenxa yomnikelo

UBerland wabaleka kwelakubo ngoFebhruwari 2013 waze watholwa uphiko lwe-Interpol eNingizimu Afrika, kubika iThe Star.

Lo mfundisi ubhekene namacala amane okunyukubeza ngokocansi kanye nokulimazaKube nelikhuli isasasa kufika umfundisi othanda ucansi

Omunye wabalandeli bakhe ongafunanga igama lakhe lidalulwe uthe lo mfundisi uzivumele ngokwakhe ukubuyiselwa ekhaya.

“Uyazi ukuthi akanalo icala futhi ufuna ukubhekana ngqo nengalo yomthetho azikwazi ukuzikhulumela ngokwakhe,”kusho umlandeli.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.