Wamukelwe ngenhlokomo uZuma eKCC

2018-03-11 14:05

Durban – Lowo owayengumenganeli wezwe, uJacob Zuma, uthamele inkonzo ebandleni iKwaMashu Christian Centre, enyakatho yeTheku, ngeSonto ekuseni.

Uhambo lwakhe luyingxenye yomkhankaso we-ANC wokuqguqguzela ukubhalisela ukuvota kule mpelasonto.

UZuma, owesule esikhundleni ngemuva kokucelwa yisigungu esiphezulu se-ANC ngoFebhuwari, wethembise ngokuba yingxenye yemikhankaso ye-ANC ngisho isimkhiphile esikhundleni.

Kuzwakale inhlokomo, kwalilizela abantu ngesikhathi uBhishobhi Nicholas Mzimela ethula uZuma.

OLUNYE UDABA: I-IEC izwakalise ukubaluleka kokubhalisela ukuvota

Ubehambisana nosihlalo wekomidi lesikhashana le-ANC eKZN uSihle Zikalala.

Ekhuluma nebandla, uZuma uthe: "Sithathe isinqumo sokuqala lapha enkonzweni ukuze sithole amandla njengoba sizohambba siqhuba umkhankaso wokubhalisela ukuvota usuku lonke.”

Ukhuthaze amalungu ebandla ukuba abhalisele ukuvota.

"Uma labo abakholwayo besivotela, siyazi ukuthi sibusisekile,” esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.