Ubebukeka engaphilile kahle u-Oscar Pistorius enkantolo - Umbiko

2016-04-19 07:46

Pretoria – Kuthiwa u-Oscar Pistorius ubengazizwa kahle ngaphambi kokuba avele enkantolo yasePitoli ngoMsombuluko, kubika i-IOL.

Lo msubathi ubelaliswe esibhedlela ngempela sonto kanti amalunga omndeni wakhe azwakale enkantolo ethi kungenzeka ukuthi abuyele ayohlolisiswa kahle.

Okhulumela umndeni wakwaPistorius u-Anneliese Burgess akafunanga ukukhuluma ngesizathu esenze u-Oscar waphuthunyiswa esibhedlela nokuthi uzohlala isikhathi esingakanani.

OLUNYE UDABA:Iyavela eyazama ukuqola u-Oscar Pistorius

“U-Oscar wahanjiswa esibhedlela ngempelasonto, kodwa umndeni ubungakathandi ukukhuluma ngalolu daba njengoba kuyisimo esingesihle kubona,”kusho u-Anneliese.

Lo msubathi bengabukeki kahle neze kubonakala ukuthi akaphilile kahle. Icala lakhe lihlehliselwa umhlaka 17 Juni yize kungakacaci ukuthi uzokwazi ukubakhona ngalolo suku umehluleli uThokozile Masipa nokunguyena okumele agwebe uPistorius ngelokubulala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.