'Waqhumisa indakazo' umalugaju egwetshwa enkantolo

2016-05-17 12:30

Durban - Umalugaju waKwaZulu-Natala uvele 'waqhumisa indakazo' eNkantolo enkulu yaseThekwini, ehleka ijaji.

UNkosinathi Mthembu oneminyaka engu-36 ubudala walahlwa ngamacala amaningi okudlwengula, ukunukubeza ngokocansi nawokugqekeza imizi yabantu wagwetshwa odilikajele amahlanu neminyaka engu-103 ebhadle ejele ubebhekene namacala angu-32 kodwa watholwa enamacala angu-29. Amathathu ahoxiswa ngenxa yobufakazi obunganele ngoLwesihlanu.

UMthembu wayedlwengula anantu asebekhulile nezingane oThongathi phakathi kuka-2014 no-2015.

OLUNYE UDABA: Umalugaju obeyisela ugwetshwe odilikajele abahlanu neminyaka engu-103 ejele

Umthembu wawenza wonke la macala ngemuva kokuphuma ngoshwel;e ngoJanuwari 2014.

Umthembu walahlwa ngamacala okugqekea nokuphanga ehlomile ngo-2002 wagwetshwa iminyaka engu-15 ejele.

Ngesikhathi ebuzwa uMthembu ukuthi uhlekani egwetshwa, uphendule ngokuthi uhlekiswa isigwebo sakhe wathi futhi akanendaba ngoba ijele selaphenduka ikhaya lakhe.

IJaji uGregory Kruger likhipha isigwebo lithe: "Uqinisile ukuthi ijele selaphenduka ikhaya lakho ngoba manje ngizoqinisekisa ukuthi awudedelwa ngoshwele, uzobolela ejele," kusho uKruger, kubika iSowetanLive.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.