'Wavuma ukuthi wadlisa izingane zakhe ushevu, wabe eseshona'

2018-03-19 16:02

Johannesburg - USheila Wana, 29, utshele umndeni wakhe ukuthi wadlisa ushevu izingane zakhe, uFezile, 9, Mxolisi, 5, kanye noKwanele Aldicarb owayenezinyanga ezingu-9 ubudala ngaphambi kokuba naye azidlise.

Indodana yakhe, uFezile, yasinda kanti kubonwa ngokusa esibhedlela. UMxolisi noKwanele bashona befika nje esibhedlela, kanti uWana washona yena ngakusasa.

Kuthiwa ushevu awusebenzisa udayiswa ngo-R5 emalokishini kanti wenzelwe ukubulala amagundane emgwaqeni.

UWana kuthiwa wathenga ushevu ngemuva kokuxabana nesoka lakhe, wawuhlanganisa nesiphuzo.

Umzala wakhe, u-Isaac Wana, 41, uthi umndeni ushaqekile.

OLUNYE UDABA: Abamapulazi bafuna kubanjwe izingxoxo nomphakathi waseShowe

U-Isaac uthi nakuba uSheila wakwazi ukukhuluma nabo ngaphambi kokuba ashone, umndeni awukwazanga ukuthola lonke udaba ngembangela yesigameko.

"Safika esibhedlela ngabo-15:00 ngeSonto. Wayebukeka engaguli kakhulu. Wayekhala ngobuhlungu besisu nje kuphela. Wayegadwe ngamaphoyisa.”

"Basinikeza ithuba lokukhuluma naye, waxolisa kithina nasemndenini wesoka.”

"Wasibuza ukuthi izingane ziyaphila yini savuma. Sasingafuni ukumtshela iqiniso.”

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Hector Netshivhodza uthi amaphoyisa ayaphenya.

- Sowetan Live

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.