Wayesebenzisana nabacindezeli uMangope - Maharaj

2018-01-19 12:30

Durban – Lowo owayekhulumela ihhovisi likamengameli, uMac Maharaj, uxwayise ngokwenza ngcono umlando kalowo ‘owayengumengameli’ waseBophuthatswana ngesikhathi sobandlululo, uLucas Mangope.

UMangope, owayengumholi waseBophuthatswana eyayizimele ngesikhathi sobandlululo, udlule mhlabeni ngoLwesine eneminyaka engu-94 ubudala.

UMaharaj uthe abantu kumele babeneqiniso uma bekhumbula uMangope.

"Okokuqala nje, ngithi alwehlanga lungehlanga emndenini kaMangope,” kusho uMaharaj.

"Impilo nesikhathi sikaLucas Mangope siyakuveza ukuthi emzabalazweni wenkululeko ngeke ingcosana yakwazi ukucindezela iningi.

OLUNYE UDABA: I-Afriforum izothathela i-EFF izinyathelo uma ingaxolisi

"Isifundo sesibili esokuthi (umbuso wegcosana) udalwa ukuthi kulabo abasuke becindezelwe kukhona abasebenzisana nabacindezeli. Yileso isifundo esisitholayo ngempilo yakhe.

"Ngo-1994, sabhekana nesimo esinzima. UMangope wenqaba ukuba i-IEC ibambe ukhetho kuleya ndawo.

"Ukususwa kwakhe esikhundleni kwaba ngoMashi 13. Umbuso wakhe wawuncike ekusebenzeleni uhulumeni wobandlululo.

"Kubuhlungu uma umuntu esedlulile emhlabeni, kodwa uma sakha izwe lethu, kumele sibhekane ngokuyiqiniso okwenzeka kudala, sivume iqhaza elabanjwa abanye abantu, elihle noma elibi, ukuze abantu bethu bezolazi iqiniso. Ngimkhumbula kanjalo mina uLucas Mangope.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.