Webelwe imoto umama womethuli we-Club 808

2016-07-05 20:29

Cape Town - Umama wesihlabani sakumabonakude uBoity Thulo, uModieh Thulo ubike ukuthi webelwe imoto.

Umama uThulo udalule lezi indaba enkundleni yezokuxhumana iTwitter ngoMsombuluko:: "Ngebelwe imoto yamui namuhla eBenoni inkmpani ye-track yathi iseKempton Park."

OLUNYE UDABA: I-ANC isibize umhlangano ne-SABC kanye nongqongqoshe

Lo mama walesi sihlabani uphinde wafaka isithombe semoto yakhe yohlobo lwe-Mercedes e-Silver.

NgoMsombuluko ntambama imoto ibingakatholakali.

Umama kaBoity ubonge enkundleni yezokuxhumna i-Instagram ngokwesekwa kulesi sikhathi esinzima abeheke naso.

UModiehi ubengakayidaluli imininingwane ngokuphelele. Imoto ibingakatholakali nangoLwesibili.

ISITHOMBE: 

This baby of mine stolen yesterday. Was spotted in Kempton Park. My heart is bleeding.

A photo posted by Mod (@modiehithulo) on

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.