WENA WAWUNGENZENJANI: Iyangicika indaba yokuvakashela ekhweni ngamaholidi

2017-11-06 18:00

eThekwini - Mhleli, ngemvume yakhO ngicela ningicebise nabafundi bakho ngale nkinga engibhekene nayo.

Njengoba sesibheke kumaholidi kaDisemba, ngivele ngibikelwe uma ngicabanga ngawo ngenxa yokuthi ngalesi sikhathi sihlezi sivakasha ekhweni lami.

Mina nengoduso yami kanye nezingane zethu sivame ukuvakasha kubo ngoKhisimusi bese sidlulela ekhaya ngoNcibijane.

Inkinga wukuthi njalo uma sisekhweni lami, kuhlale kuvuka udaba lokuthi angikaqedi ukukhokha ilobolo kanti lokhu kubenza bangangihloniphi.

OLUNYE UDABA:INGOSI: Khohlwa mnakwethu, ngeke uyithole eyami indoda

Angisathandi ngempela ukuya lapha kodwa ingoduso yami izophatheka kabi uma sengiqhamuka sengiyitshela ukuthi kangisahambi ekubeni kuwumkhuba ukuthi njalo ngihamba naye.

Yisiphi isizathu esiphathekayo engingasibeka ukuze ngingayi noma ngingabenza kanjani abasekhweni lami ukuba bangihloniphe?

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi ezishicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24. Uma unombono ofisa ukuba ushicilelwe xhumana nathi ngocingo noma usithumele imilayezo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.