WENA WAWUNGENZENJANI: Ngifuna amaqhinga okulahla umakhwapheni

2017-09-28 19:29

Mhleli nethimba lakho, ngicela ungifihle.

Nakhu ngizofela ezigangeni bo. Ngingowesilisa oneminyaka engu-34 ubudala futhi ngishadelwe.

Yize kunjalo, kunosisi engijola naye. Eqinisweni angimthandi lo sisi kodwa uma sikhuluma sithi siyathandana, kodwa mina ngiyezwa ngaphakathi kimi ukuthi kakusenjalo.

Ngabe kade ngamyeke inkinga ukuthi uma kukhona okumphathe kabi uyaquleka.

Manje nginokwesaba ukuthi uma ngingamtshela ukuthi asihlukane mhlampe angangifela bese ngisala nesilonda esingasoze saphola enhliziyweni yami.

Ngicela ningibonise ukuthi kumele ngenzenjani ngale nkinga engibhekene nayo, ngoba ukufihlela umkami ngeke kube yinto yaphakade ngelinye ilanga uzoyibamba le ndaba.

Ngicela imibono yenu eyakhayo.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi ezishicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.