WENA WAWUNGENZENJANI: Ngimtshela kanjani ubaba wengane ukuthi ngisazifela ngaye?

2017-06-12 18:00

Ngifihle Mhleli,

Ngike ngakubhalelela ngoMashi, abafundi bangibonisa kepha angigculisekanga yizimpendulo zabo.

Udaba lwami lwaluhamba kanje: Nginenkinga la, sinobaba wengane yami besithandana singakaze sibe nezinkinga ezixakayo. Walobola ngo-2014 konke kukuhle kwathi ngo-2016 ngakhulelwa.

Izinkinga zethu zaqla lapho zisuswa yinombolo eyamshayela ocingweni lwakhe engu-private number yamxwayisa ngami ukuthi kungenzeka ukuthi ingane yethu akuyona eyakhe. Yena wabe esetshela abakubo okumanje abangifuni nala ngihambe khona. Yena uyayivuma ingane ngoba akaze angithole ephutheni futhi uyayondla.

Inkinga nje ubudlelwano bethu obungasalungiseki ngenxa yokuthi abakubo abangifuni yena ngeke akwazi ukukhetha ngoba uwukhonzile umnden wakubo.

Okubuhlung abakaze basibize basihlalise phansi ixoxwe yimindeni yomibili le ndaba, bona sebethathe izinqumo baqeda.

Manje ngenzenjani ngempela? Lekelelani ngoba ngisamthanda uyise womntanami yize sahlukana singatshelananga.

Umbuzo wami uthi ngimtshela kanjani ukuthi ngiyamthanda futhi ngifuna silungise izinto njengoba sinonyaka sahlukana kodwa siyaxoxa ngenxa yengane kodwa mina ngifuna okungaphezu kwalokho.

Uma unenkinga ongathanda ukuba ishicilelwe ukuze uthole izeluleko kwabanye abafundi ungayithumela ku-isizulu@news24.com noma uyishiye ku-inbox ekhasini lethu likaFacebook.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.