Wesule isigubhukane umshushisi wodumo

2017-01-31 10:00

Johannesburg – Umshushi owabamba elikhulu iqhaza ekuboshweni kuka-Oscar Pistorius kanye nowayengukhomishana wamaphoyisa uJackie Selebi, wesulile esikhundleni sakhe.

INews24 ingakudalula ukuthi u-Advocate Gerrie Nel unikeze iNational Prosecuting Authority (NPA) incwadi yokwesula kwakhe.

UNel wayeyinhloko yophiko kwamaScorpions eGauteng.

OLUNYE UDABA: Siphelile isiteleka sabasebenzi base-Unisa

Ukwesula kwakhe isigubhukane kuzothusa abaningi kwi-NPA njengoba isibe nebaphathi abane eminyakeni eyishumi eyedlule.

Ngo-2008 uNel waboshwa ngezinsolo zokukhwabanisa ezazingelona iqiniso ngesikhathi esezithendeni zikaSelebi.

Ngokuhamba kwesikhathi kwavela ukuthi lowo owayeyinhloko ye-NPA, uNomgcobo Jiba, nguye owayengungqondongqondo ekutholeni incwadi egunyaza ukuboshwa kukaNel.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.