Wesulile ePhalamende owaphucwa nguZuma isikhundla

2017-04-06 11:03

Cape Town – Lowo obeyiphini likaNgqongqoshe wezeziMali uMcebisi Jonas wesulile njengelungu lePhalamende.

"Ihhovisi likasotshwebhu we-ANC liyakuqinisekisa ukuthi lowo obeyiphini likangqongqoshe wezeziMali nobeyilungu le-ANC ePhalamende uCde Mcebisi Jonas wesulile njengelungu lePhalamende kanti ubegcina emsebenzini ngo-31 Mashi 2017,” kusho okhulumela isotshwebhu, uNonceba Mhlauli, esitatimendeni ngoLwesine ekuseni.

"UComrade Jonas uwenze ngendlela encomekayo nangokuzimisela umsebenzi wakhe eyiPhini likaNgqongqoshe futhi eyilungu lePhalamende. Siyambonga uJonas ngomsebenzi wakhe.

"Sinethemba lokuthi uzoqhubeka nokusebenzela izwe nombutho wethu kweminye imisebenzi ngokuhamba kwesikhathi. Simufisela okuhle.”

OLUNYE UDABA: Kusolwa ukuthi badlisiwe ababulawe yinyama yenkukhu

Isinqumo sikaJonas silandela esithathwe yilowo obenguNgqongqoshe wezokuThutha uDipuo Peters.

IPhalamende likuqinisekisile ukwesula kwakhe njengelungu le-ANC ePhalamende ngoLwesithathu.

UMengameli Jacob Zuma waxosha uPeters, Jonas noPravin Gordhan ngesikhathi enza izinguquko kwiKhabhinethi lakhe ngeledlule.

UPeters ekhuluma ne-eNCA ngoLwesine ekuseni, uthe samjabulisa kakhulu isinqumo sikaMengameli sokumkhulula emsebenzini wakhe, kwazise besekunesikhathi eside engaphilile kahle, nodokotela bemeluleka ngokuthi akaphumule.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.