Wesulile uDe Lille njengomholi weDA eWestern Cape

2017-01-30 07:19

Cape Town – IMeya yaseKapa uPatricia de Lille yesulile njengomholi weDemocratic Alliance esifundazweni iWestern Cape.

Encwadini ebibhekiswe kumholi weqembu uMmusi Maimane, uDe Lille uthe uthanda ukumbonga ngokumeseka.

UDe Lille uthe ufuna ukugxila emsebenzini wakhe wokuba yimeya nokuqinisekisa ukusebenza kohlelo olwaziwa nge-Organisational Development and Transformation Plan (OTDP).

Njengoba i-ODTP isiqalile ukusebenza, uDe Lille uthe kusemahlombe akhe ukuqinisekisa ukuthi bawina ngamalengiso.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe isikhulu se-EFF ngoluthinta ukudliwa komhlaba

“Ukubeka iKapa kwelinye izinga kuhulumeni kungumbono omuhle, kodwa ozothatha sonke isikhathi sami.

“Isifundazwe sikulungele ukuthola imibono emisha nobuholi obusha,” kusho uDe Lille.

UDe Lille uthe akazimisele ngokungenela esombango wokuba nguNdunankulu. 

- Cape Argus

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.