Wokhelwe ngomlilo obesolwa ngokuphanga

2016-07-08 08:08

Warri - Iqulu labantu lokhele ngomlilo obesolwa ngokuphanga ngoLwesithathu endaweni yaseSoko eWarri.

Umufi uneminyaka engu-21 ubudala kusolwa ukuthi ubeyilungu lamadoda amahlanu ayizigebengu abesehluphile endaweni.

OLUNYE UDABA:Uthungele umuzi ngomlilo ofice umyeni ehlezi neshende

Umsolwa ohlonzwe ngelika-Ese kuthiwa ubengumsizi womshayeli webhasi.

Kuthiwa webe ibhasi lephoyisa ku-Enerhen Roas eWarri.

Umsolwa ubeneshwa wabnjwa esitobhini sebhasi yiqulu labanjtu.

Ngokusho kozibonele umsolwa uqale washaywa ngezikhali ezihlukene ngaphambi kokuthungelwa ngomlilo.

- NAN

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.