Yekani ukusola uZuma ngeyokhetho: MKMVA

2016-08-08 19:45

Johannesburg - Inhlangano, Umkhonto Wesizwe Military Veterans Association (MKMVA) ithi isamuthembile umengameli uJacob Zuma yagxeka izakhamuzi zakuleli ezimsola ngokungenzi kahle kwe-ANC okhethweni.

I-ANC ayiphumelelanga komasipala baseGoli, eTshwanm, eKurhuleni naseNelson Mandela Bay.

OLUNYE UDABA: I-ANC uhlela ukuphendula amatafula kolwango-2019

IMKMVA ibambe ingqungquthela nabezindaba eLuthuli House  maphakathi nedolobha laseGoli namuhla.

Le nhlangano ithi ayisoze yavumelana nokuthi kugudluzwe umengameli esikhundleni kanti futhi akungasolwa yena ngemiphumela engemihle yokhetho lohulumeni basekhaya yangesonto eledlule.

USihlalo kazwelonke uKebby Maphatsoe uthe inhlangano isakholelwa kuZuma.

"Amalungu e-ANC asabutyhembile ubuholi bukamengameli Jacob Zuma."

UMaphatsoe ugxeke bonke abasola umengameli ngemiphumela yokhetho eGauteng naseWestern Cape.

UMaphotsoe uphinde wathi iqembu lenze kahle kuzwelonke okuyilapho ke angena khona umengameli.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.