Yethule ubufakazi intombi yowesimame owabulawa ngonyaka odlule eKapa

2017-11-22 11:01

eKapa -  Owesimame unikezele ngobufakazi bokuthi wacasha ngaphansi kombhede ngesikhathi imigulukudu ithumba owesifazane ayezwana naye endaweni yaseDriftsand, kubika i-EWN.

Isidumbu sikaNoluvo Swelindawo satholakala ngaphansi kwebhuloho ngakuthelawayeka u-N2, eKapa.

USigcine Mdani usolwa ngokubulala uSwelindawo ngoDisemba wangonyaka odlule emxwaya ngoba eyisitabane.

UMdani uyawaphika amacala abhekene nawo okugqekeza, ukuthumba kanye nokubulala.

OLUNYE UDABA: 'Umfundisi wodumo uguqule umfana wamenza isitabane'

UMbuso uthi lo msolwa waqala ukuhlasela uSwelindawo emcimbini ngoDisemba, ngosuku olulandelayo, wahlanganisa iqulu lamadoda ukuba bahambe beyomthumba emkhukhwini wakhe.

Le ntokazi, eyayineminyaka engu-22 ubudala ngaleso sikhathi, yatholakala inenxeba lokudutshulwa.

Intombi yakhe uNqabisa Mkutuli ithi yacasha ngaphansi kombhede ngesikhathi kungena abasolwa emkhukhwini wentombi yakhe.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.