Yi-ANC kuphela engabeka izwe phambili - Zuma

2017-09-15 11:00

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma ugxeke amaqembu aphikisayo, nangendlela enza ngayo ePhalamende, kubika iSABC.

UZuma ubekhuluma namalungu e-ANC ePort Elizabeth ngesikhathi ehambele inhlangano yezenkolo ngoLwesine.

Ugxeke amaqembu aphikisayo ngokugijimela ezinkantolo ngoba engenawo amakhono kwezepolitiki.

OLUNYE UDABA: Ushaywe ngesithende uJuju kokaMagaqa

“Abafuni kukhulume muntu ePhalamende. Babanga umsindo kuze kubesekugcineni ngoba akukho abangakusho.

“I-ANC inemigomo engabeka eNingizimu Afrika kwelinye izinga, okuyinto abangenayo,” kusho uZuma.

“Kubalulekile ukuba sibumbane. Uma sibumbene sinamandla. Yingakho salahlekelwa yiNelson Mandela Bay esisesandleni zikahulumeni wobambiswano ngoba sasingabumbene, lesi yisifundo okumele sisifunde. Uma singabumbene, sizokwehlulwa,” kusho uZuma.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.