Yikuphi okuzwe wakuthanda enkulumweni kaMengameli wezwe?

2018-02-16 21:01

eThekwini - UCyril Ramaphosa onguMengameli wakuleli, wethule okokuqala ngqa inkulumo yakhe yesizwe ngesikhathi kuvulwa iPhalamende.

Lo mengameli uvule inkulumo yakhe ngokuncoma abaholi bezwe wabonga nangokukhethekile umengameli osanda kwehla esikhundleni sakhe uJacob Zuma.

Kukho konke akushilo uMengameli, uchaze kabanzi ngezinhlelo uhulumeni amatasa ngazo nokuyizinto ezifana nokuthuthukiswa kwengqalasizinda, wukwentuleka kwemisebenzi kanye nezinhlelo zokuthuthukiswa komnotho.

OLUNYE UDABA:URamaphosa uncome uJacob Zuma evula iPhalamende

URamaphosa uqinisekise udaba lwemfundo yamahhala waveza nokuthi uNgqongqoshe wezeziMali nguye okumele alubhekisise kahle lolu daba.

Kukho konke akushilo uMengameli, yikuphi wena okuzwile wakuthanda?

Ngabe unalo ithemba lokuthi uRamaphosa uzokwazi ukuyithuthukisa impilo yabantu abahlwempu nokuthi uzokwazi ukuyiqinisekisa indaba yokubuyiswa komhlaba ebantwini ngaphandle kwesinxephezelo?

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.