Yonke imiphumela yemidlalo ye-PSL ngoLwesithathu

2016-11-24 09:29

Cape Town – Iqhubekile imidlalo ye-PSL ngoLwesithathu kusihlwa njengoba bekunemidlalo emihlanu ye-Absa Premiership.

IMamelodi Sundowns iqhubekile nokwenza kahle njengoba ibhaxabule iGolden Arrows ngo-3-0 nokwenze yanyukela endaweni yesishiyagalombili ku-log ngemuva kwemidlalo emihlanu nje kuphela.

OLUNYE UDABA: Adonsa kanzima aMakhosi

Ngakolunye uhlangothi ilokhu uqhubeke njalo ingcindezi kwiKaizer Chiefs kanye nomqeqeshi wayo uSteve Komphela njengoba iphinde yahluleka ukuthatha amaphuzu amathathu ngenkathi ibhekene neSuperSport United.

Lo mdlalo ugcine uphele ngo-1-1.

Kubukeka sengathi nabalandeli balezi zinkunzi zaseSoweto isiqala ukubama emphinjeni indaba yokubhacaza kwaMakhosi njengoba bebehluleka nawukuzibamba ngoLwesithathu behhahhameza umqeqeshi weqembu ngezinqumo zakhe, baphinde bajikijela enkundleni ngemuva komdlalo.

Eminye imiphumela imi kanje:

NGOLWESIBILI, NOVEMBA 22

Cape Town City FC 3-2 Maritzburg United  
Platinum Stars 2-3 Ajax Cape Town  
Chippa United 0-1 Orlando Pirates  

NGOLWESITHATHU, NOVEMBA 23

Polokwane City 1-0 Free State Stars  
Kaizer Chiefs 1-1 SuperSport United  
Mamelodi Sundowns 3-0 Golden Arrows  
Bloemfontein Celtic 2-1 Baroka FC  
Bidvest Wits 2-2 Highlands Park 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.