Yonke imiphumela yemidlalo yePSL ngempelasonto

2017-08-21 09:31

Cape Town – Wonke amaqembu adlala esigabeni sePremier Soccer League (PSL) abegadulisana ngempelasonto njengoba bekuvulwa imidlalo yomqhudelwano we-Absa Premiership kwisizini entsha ka-2017/18.

IMamelodi Sundown, Maritzburg United, AmaZulu, i-Orlando Pirates kanye neCape Town City ngamanye amaqembu asehleli esicongweni ngamaphuzu amathathu iqembu ngalinye ngemuva kokunqoba imidlalo yawo yokuvula.

OLUNYE UDABA: Abaphathi bacabanga ukudayisa iqembu le-PSL

IKaizer Chiefs iphucwe iqatha emlonyeni njengoba igcine idlale ngokulingana neBloemfontein Celtic  yize noma ibihamba phambili ngegoli elilodwa.

ULWESIHLANU, AGASTI 18

Wits 0-1 Cape Town City FC  

UMGQIBELO, AGASTI 19

AmaZulu FC 1-0 Free State Stars  

SuperSport United 0-2 Mamelodi Sundowns  

Polokwane City 0-0 Baroka FC  

Orlando Pirates 1-0 Chippa United  

Ajax Cape Town 1-1 Golden Arrows  

ISONTO, AGASTI 20

Bloemfontein Celtic 1-1 Kaizer Chiefs  

Platinum Stars 0-2 Maritzburg United  

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.