Yonke imiphumela yemidlalo yePSL ngoLwesithathu

2017-02-16 09:30

Cape Town – Iqhubekile imidlalo yamaqembu adlala esigabeni sePremier Soccer League (PSL) ngoLwesithathu nalapho kube nemidlalo emithathu.

Abantu abaningi bebebheke ngabomvu umdlalo obuphakathi kwezinkunzi zaseSoweto, i-Orlando Pirates kanye neWits.

AmaBhakabhaka aphinde athola omunye umpentshisi njengoba eshaywe ngo-2-1, ekubeni abesazikhotha amanxeba kulandela isibhaxu kanye nokuthelwa ngehlazo lika-6-0, eshaywa yiMamelodi Sundowns ngempelasonto.

OLUNYE UDABA:Bahlela ukuyiduba imidlalo yePirates abalandeli

Ngale kwalo mdlalo, amanye amaqembu ahluleke ancama ukubhakuzisa inethi emidlalweni abeyidlala.

Isiyonke imidlalo ihambe kanje:

NGOLWESIBILI, FEBHRUWARI 14

Chippa United 1-1 Mamelodi Sundowns

NGOLWESITHATHU, FEBHRUWARI 15

Free State Stars 0-0 SuperSport United  
Orlando Pirates 1-2 Wits  
Baroka FC 0-0 Platinum Stars  

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.