Zakha kabusha izakhamuzi ezishelwe imijondolo eW Cape

2017-12-12 12:31

Cape Town - Iziphathimandla kuMasipala waseDrakenstein eWestern Cape zithi zenza konke okusemndleni ukusiza bonke abantu abathintekiele esigamekweni sokusha kwemijondolo ngeSonto.

Kushone owesifazane oneminyaka engu-31 ubudala kulandela umlilo oshiye abantu abangaphezu kwabangu-270 bengenamakhaya ePaarl East eBoland.

Obehlekisana nomufi kubikwa ukuthi usesimeni esibucayi esibhedlela.

OLUNYE UDABA:Kusale dengwane inqwaba kusha imijondolo engu-107

Abosizo lokuqala bathi inkinga enkulu ukungena kule ndawo emoshakele.

Imizi yezakhamuzi incikene kakhulu uma yakhiwa okwena ukuthi amaloli ezicishamlilo engakwazi ukungena kule ndawo.

Ibamba leMeya uRean Smuts uthe bafuna ukwenza kangcono.

Uthi, "Kufanele sakhe imizi ngendlela qondile ukuze amaloli ezicishamlilo nama-ambulensi ezokwazi ukungena kule ndawo. Kudingeka icebo. Kuzothatha isikhathi, kodwa nginesqiniseko sokuthi uma sesiqedile izakhamuzi ziyobe zijabule."

 - SABC


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.