Zibakhalele ababanjwe bedayisa ngekhanda lomuntu eThekwini

2016-08-08 12:31

Durban - Zibakhalele abalisa ababili eThekwini akade bezama ukudayisa ikhanda lomuntu eMakethe eThekwini, kubika Eyethu News.

Amaphoyisa ababambe  oqotsheni  laba kanti futhi bavumile ukuthi ikhanda elabo balithole emgqomeni.

Abasolwa baneminyaka engu-20 no- 24 ubudala kanti sekuvele ukuthi bahlala emgwaqeni khona eThekwini.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe amadoda amabili atholwe nekhanda lowesifazane

Amaphoyisa asiqinisekisile isigameko  futhi abasolwa bazobhekana necala lokutholakala nezicubu zomzimba.

Ikhanda akukacaci noma ngelomuntu omdala noma elengane kodwa lisagcinwe emakhazeni kahulumeni kuze kutholakale umnikazi walo.  Abasolwa bagqunywe ngaphakathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.