Zibakhalele besabuka impahla abayebile abasolwa

2017-01-20 07:20

Cape Town – Abasolwa abathathu ababambe inkunzi umnikazi wemoto eNyanga, baboshwe ngemuva kancane kwesehlakalo ngoLwesine ekuseni, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

Abasolwa kuthiwa babanjwe ngamaphoyisa besabuka izinto abazebile, kusho uLieutenant Colonel Andre Traut.

Umshayeli wesifazane ubemile erobhothini ngesikhathi izigebengu ziphahlaza iwindi lemoto yakhe.

Zibaleke nesikhwama kanye nezinto ebeziphakathi.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kabi umnikazi wesitolo ePMB

UTraut uthe amaphoyisa ophiko lwe-flying squad abesendaweni ngesikhathi ethola imininingwane ngabasolwa.

Impahla eyebiwe itholakale.

Abasolwa abathathu, abaneminyaka engu-19, 22 nengu-25 ubudala, kulindeleke bavele enkantolo maduzane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.